Umlando wakwa Ngcobo

UVumezitha wazala amadodana amaningi, kodwa agqama kakhulu kwaba nguNgcobo kanye noMkheshana. Izibongo ezithinte oNgcobo zivela kulaba bantu ababili, abangamadodana kaVumezitha.Abantu bakwaNgcobo bangaMalala Nguni bavela eNyakatho nezwe. Abantu bakwaNgcobo sibathola benendlunkulu, iqadi kanye nekhohlwa kuqhubeke njalo. Kuthiwa umuntu wokuqala owaba yinzalabantu, simthola akhe umuzi wakhe eduze komfula uThukela, ezansi nalo.Igama lakhe...

Continue reading